Sesiphinde sabuya eNewcastle isitimela sempilo esibizwa nge Transnet Phelophepha. Lesitimela sizakhele udumo ngokusiza ogogo, izingane
Umphakathi wase Newcastle uyaziswa ngokubuya kwesitimela sempilo esiteshini sesitimela eNewcastle. Isitimela sizoqala ukusebenza kusasa mhlaka 24 January bese siyaphumula ngempelasonto size siqale mhlaka 27 January kuya mhlaka 31 January.
Uzothola usizo mayelana nalokhu okulandelayo.
✔️Eye care
✔️Cancer
✔️Diabetes
✔️Dental Clinic
✔️Counseling
Niyakhuthazwa ukuba niphathe amakhadi ase clinic ukuze uzokwazi ukubonakala umlando wezigulo zenu bese nivuka ngoba amathikithi azokhishwa ngo 6:00 ekuseni kanti ikaliwe inombolo ezosizwa ngosuku.